Velabahleke umuthi

Velabehleke umuthi wogazi ezintombini nabantu besifazane bayawusebenzisa wandiza izesheli, ushelwe njalo ungumuntu wesifazane, lomuthi wenza uthandeke, umuthi wokuvula inhlanhla uthakwa neminye imithi yokuba nogazi. Vela behleke Igama lawo langempela kuthiwa yi GO*** Lenkawu,zisuke seziwuthakazela izinyanga Uma ziwubiza uvela behleke,ngoba abafana abelusayo babezwakala ngokuthi befe yinsini Uma bekebawubona bechazwa yileligama lawo, babewukha bethake ngawo ubulawu bamasoka.

Abantu bayakunyanya ungenzile lutho?

Uma uvele uzondwa abantu ungazi wenzeni? Pho sizothini ngoba asihloli kodwa awuqale lana uzikiline, ususe zonke izibopho, uzowubona umahluko omkhulu, uvelabahleke uzokwenza bavele bajabule uma bekubona, ube isilomo ebantwini akade bengakufuni.
Step 1
Phalaza or futha ngalomuthi, Geza. Geza & uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
Usebenzise beya uyodlula ezitheni zakho, Zizokuthanda zithanda zingathandi, uzoze uthandwe ngisho abathakathi bavele bayeke phansi ukukuthakatha.

Ukuphupha uVelabahleke umuthi

Amaphupho ngomuthi uVelabahleke, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi uVelabahleke? Ukuphupha umuthi uVelabahleke ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Umdumbulu (cassava) isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Usetshenziswa emithini yokuvusa induku.
Indlabaloyi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuchela ucuphe umthakathi uvuse egcekeni efile. Usetshenziswa emithini yokukhipha isilwane. Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wezitha, Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wezimpi, Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wemibango.
Intongakamaphindisa isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Usetshenziswa emithini ebhekiswe kubathakathi. Iyangena emithini ebhekiswe kwizitha zakho.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp